Kubuye kwanezinguquko mayelana nenkundla obekuthiwa kuzodlalelwa kuyo. Emva kokusabalala kwemibiko yokuthi ififa ayijabule ngenkundlaiToyota Stadium kubuye kwaguquka lokho okusho ukuthi kuzodlalelwa ePetros Malimela Stadium bekungamampunge umdlalo useToyota Stadium umdlalo ugcine uphele zisuka amadaka iqembu lasekhaya iBafana Bafana ize ngomfutho akumangazanga ukuthi isheahe yathola igoli kusemiyizuzu eyishumi nanhlanu ngonyawo lukaNkotha owayedlalela ezikamagebhula osadlalela iqembu laphesheya kwisiwombe seaibili ibuye ngamandla iBafana Bafana egcine ishaye amagoli amathathu okuyenze yavula igebe ngamaphuzu ayishumi nesithupha okuyenza kungaba umlingo ukuthi ingayi kwindebe yomhlaba esemelika ngonyaka ozayo izobhekana neNigeria ngolwesibili ihambela phezulu
