October 20, 2026
image-220

Ulucas Reberio ongumadlali weMamelodi Sundowns nothathe izococo eziningi nesokuba umdlali wonyaka.Ukhiphe isitatimende esiyindida izolo ebonga futhi evalelisa kubalandeli weMamelodi Sundowns.okudida kakhulu ukuthi inkontileka yakhe iphela ngon2028 yikho ngithi indida ngoba njengoba esevalelisile iqembu lakhe lisawuhlabe inhlali alikakhiphi sitatimende lenzukazikeyi ingase ifana nodaba lukaNomapule Saleng naye owayefuna ukuhamba esha amashushu ogcine ebolekisiwe kwi orbit College akhula edlalela yona nakuye noma elapho izinto azizi kahle umqeqeshi wakhe uze wakhipha amagama okuthi ebebekulindele kuye akakulethi nala,sizobuka ukuthi kogcona bani phakathi kuka Reberio neSundowns

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *