October 20, 2026
carling-knockout-trophy-241003g1200

Izodlalelwa Kwazulu Natal imiidlalo eyandulela eyamanqamu yeCarling Knockout njengoba amaqembu esifundazwe eqhathwe ekhaya.
Lemidlalo izoba ngempalasonto ka+8 no-9 kuNovemba kodwa eminye imininingeane yayo isazomenyezelwa yi PSL ngemuva kokuhlangana namaqembu.
IGolden Arrows izobhekana neMarumo kanti iRichards Bay fc izobhekana ne Orlando Pirates.

IMarumo ingene kweyandululela owamamqamu ngokubhaxabula iStellenbosch eyishaye ngo 4 +. 0 ngolwesithathu ebusuku

UNdabayithethwa Ndlondlo nguyena obe ii. qhawe waleliqembu lase frer+State oshaye amagoli amabili elilodwa ngesiwombe sesibili

UMomde Mpambanisa- ongene endaweni kaNdlondlo esiwombeni sesibili+uqhubeke lapho ebegcine khona eshaya elesithathu.

U Edgar Makana naye usuke ebhentshini waahaya elesine enemizuzwana engenile eqinisekisa ukuthi badlulela kweyandulela owamanqam
Izinsuku izinkundla nezikhathi lemidlalo eyandulela owamanqamu zizoqinisekiswa iPSL ngokuhamba kwesikhathi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *