October 22, 2026
images (2)

Ezinsukwini ezimbalwa ngemuva kokuvika ngemuva kokuziba imibuz.o ngekusasa labaqeqeshi .abaphathi be -Kaizer Chiefs sebekhiphe isinqumo ngokusemthethweni .

Amakhosi akuqinisekile ukuhamba kwabaqeqeshi .uKhalli Ben .Youssef noCedric Kaze kulandela umhlangano omkhulu obuseNaturena ngolwesibili ekuseni.

Lezi zindaba ziqinisekiswe .yiqembu estatimendeni esisemthethweni .esiveze ukuthi izinkontileka zeminyaka emibili eziphelelwe isikhathi ngeke zivuselelwe.

IKaizer Chiefs ikhethe ukushesha iqede ukuqagela .yakhipha isitatimende esisemthethweni .esiveza ukuthi izinkontileka zeminyaka emibili eziphelelwa isikhathi ngeke zivuselelwe..

“Sithanda ukubabonga ngokuzinikela negalelo labo.futhi sibafisela konke okuhle esikhathini esizayo.”

Abalandeli kungase kungadingeki balinde isikhathi eside ukuze babone ukuthi ubani ozothatha iaihlalo esishisayo ebholeni laswningizimu Afrika.

Ukuzingelwa komqeqeshi kuyaqhubeka ngokusemthethweni enaturena.futhi emasontweni ezayo sizophuma isimemezelo ngomqeqeshi ozothatha izintambo

Amagama ambalwa kubalwa nelikaPitso Mosimane aseke wamantaniswa nalomsebenzi.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *