Emva kokwenza kahle kweIkamagebhula bekubhekwe lukhulu ngenkathi eqashwa iqembu elingoshampeni bezindebe e afrika yonkana i AlAhyl ibhodi eyengamele i AlAhyl ibize umhlangano isigubhukane ezodingida ngalo ikusasa lakhe Emva kokuthi emidlalweni emithathu esanqobe kanye wadlala ngokulingana kabili okuwumphumela ongabajabukisi abaphathi nabalandeli abahlale befuna iqembu linqobe kuphela .Izolo iqembu lidlale ngokulingana neqembu okuyi Ghazi Elmaha okwelinye lamaqembu aphansi sekumfakele ingcindezi enkulu lokho URiveiro liyaziwa leliqembu ukuthi abalandeli nabaphathi beqembu abasichithi isikhathi uma imiphumela ingagculisi kuzozwakala emva komhlangano ophuthumayo ukuthi bayamchitha noma uyahlala yini
