October 21, 2026
Miguel-COACH-2

Kubukeka sengathi akahlalisekile kahle umqeqeshi weaMamelodi Sundowns. .UMiguel Vardoso.njengoba kuzosongwa isizini ka2025/2026

Yize noma iSundowns ithele othulini iSiwelele F C Ngo7-4 emdlalweni weBetway Prwmiership ngomqgibelo kpdwa lo mqeqeshi wasePortugal uqhamuke nezinsolo ezoshaqisayo ngemuva komdlalo.

Ubekhuluma ngomdlalo wamanqamu weCAf Champanion league abazowudlala ne-ASFAR

Isimo ekusona iSundowns kwuBetway Peemiership asiyivuni ukuthi ivikele isicoco seligi.noma ingawunqoba umdlalo wayo wokigcina ezowudlala ne TS Galaxy ngolwesibili.

I-Orlando Pirates iyimise kabi iSundowns futhi uma inqoba imidlalo yayo emibili esele neDurban City ne-Orbit College izoba ompetha beligi..

“Sisesimeni esingesihle uma ucabanga ukuthi ngemuva kwalowomdlalo (neTSGalaxy) sizobe sidlala omunye wemidlalo ebalulekile ongadlalwa umdlali noma umqeweshi neqembu’ kusho uCardoso kwiSupersport TVngemuva komdlalo

“Asizizwa sinokwesekwa ngalokhu”

Ube eseveza ukuthi azokusho kungase kungehli kahle kwabanye kodwa waqhubeka wakusho

Uveze izinsolo.zokuthi i-ASFAR ngemuva komdlalo wabo neChiefs ithole ukuthi ividiyo yalo mdlalo futhi akangabazi ngomthombl wakhe

“Ngingakutshela inro eyodwa abantu bangase bangakwamukeli engizokusho.kpdwa ngiyazi i -ASFAR ngosuku olulandelayo sidlale neChiefs .ithunyelwe ividiyo yalo mdlalo wethu”kusho uCardosi

“Ngiyazingalokhu ngoba kukhona .ngakho silwa nezinto eziningi kodwa siqine ngokwanele ukuthi sibhekane nakho konke.”

Abafana Ba Style bazobhrkana. Ne Rockets embombela Stadium ngolwesibili.ebusuku emdlalweni.wabo. wokugcina weBwtway Premiership

Ngemuva kwalokho bazokwamukela i-ASFAR emlenzeni wokuqala womdlalo wamamqamu weCAF Champanion League ngomqgibelo.ngo 6 ntambama

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *