iDurban City imemezele idifenda Terence Mashego kanye nomgadli u Letsie Koapeng.iqembu livele lasheshisa ngokuboleka u Mashego kwi Mamelodi Sundowns isikhathi eside lomdlali uza nesipiliyoni sokudlala eqembini elikhulu nokuzoqinisa udonga lwe Durban City,iayigcinanga lapho I Durban city isayinise u Letsie osuka kwi Orbit College iminyaka emibili.
Usihlalo we Durban Cityu Farook Kadodia uthe ujabule kakhulu ngokuthi basayinise labadlali ephawula ngo Mashego uthe uza nesipiliyoni sokudlala eqenjini elikhulu nokuzosiza kakhulu iDurban City,nokuthi labadlali beza nesipiliyoni esizodingeka ukuze ikwazi I Durban City ukungbuyeli ehlathini
