IBafana Bafana ikhombise ukuthi likhulu kakhulu igebe phakathi kwayo ne-Eritrea iyishaya ngo-5-0 emdlalweni wokuhlungela i-Afcon ka2027 e-Al-Salam Stadi .eCairo.ngolwesithathu ebusuku .
Lona bekuwumdlalo wesibili kaPitso Mosimane kusukela ebuyile ekubeni ngumqeqeshi weBafana .kanti iqembu selinqobe yomibili imiidlalo yalo kiGroup D
IBafana iqale umdlalo ngamandla yacindezela .i-Eritrea futhi yakha amathuba amaningi phambi kwepali.
URelebohile Mofokeng ube ngomunye wabagqame kakhulu eshaya amagoli amabili ngesikhathi iBafana ilawula umdlalo .
Umofokeng uvule igoli ngomzuzu ka-19. Ngaphqmbi kokuthi aphinde athole elinye igoli ekuqaleni kwesiwombe sesibili.ngomzuzu ka-46
Uyaya Sithole naye ube esengeza elakhe igama ngomzuzu kq-52 kwathi.iBafana yaqhubeka nokucindezela izimbangi.zayo
Igoli lesine iqinisekise ukunqoba okukhulu kweBafana Bafana engagcinanga ngalelo goli kuphela ebuye yaqibela elesihlanu futhi phakathi
Lokhu kunqoba kusho ukuthi iBafana Bafana manje isinamaphuzu ayisithupha emdlalweni emibili .ngemuva kokushaya iGuinea ngo2-1 emdlalweni wayo wokuqala.
