Izindaba zakamuva ziveza ukuthi i-Orlando Pirates isithathile isinqumo ngekusasa labadlali bayo uSipho Mbule.noGilberto obebolikiswe kwiPetro de Luanda odabuka e-Angola .
Ubebolokiswa kuleliqembu kodwa esenenkontileka ne -Orlando Pirates abanqume ukumdedela kanye noSipho Mbule
Leliqembu linqume ukungativueseleli inkontileka kaMbule kanye nokunqamula ekaGilberto
Ngokwemibiko amaBhakabhaka akhethe ukungawusebenzisi umbandelo okwinkontileka kaMbule yokwengeza unyaka.
Lokho kusho ukuthi lo mdlali owake wayibamba kwiMamelodi Sundowns akasenaqembu futhi usengajoyina noma iliphi iqembu mahhala okufanayo nakuGilberto.
Usipho Mbule ujoyine ezimnyama ngojulayi nyakenye ngemuva kokuhamba kwiSundowns .
Ufike ethwelwe ngeqoma esifanayo nakuGilbwrto owayethwelwe ngeqoma yena waze wabolekiswa ngoba engadlali ngendlela eyayilindelekile kanti uMbule akazange aphoxe
Phakathi nengxenye yokuqala yesizini .lo mdlali onesiphiwo esihle ubengomunye wabadlali abavelele.
USipho Mbule ube nesandla ekusizeni i -,Orlando Pirates iphakamise izindebe zeMTN8 neCarling Knockout Cup.
Izinto nokho zithande ukumphika engxenyeni yesibili yesizini njengoba ezithole eseqiwa yijezi
Futhi yize edlale imidlalo engu-23 kuyona yonke imiqhudelwano .iPirates inqume ukumkhulula ukuba ayozama kwenye indawo
Ngokusho kwabasiki bebunda iqembu selibazisile bobabili ukuthi izinkontileka zabo ngeke zisavuelelwa.
