October 21, 2026
Themba Zwane, Mamelodi Sundowns

UZwane owalimala kwisizini edlule wahlala isikhathi eside engadlali uphinde walimala futhi kumlenze wokuqala we Mtn8 ngenkathi iqembu lakhe libhekene ne Orlando Pirates ngesonto elidlule.Ngokusho kuka Cardoso umqeqeshi wakhe eqeda ukudlala ne Magesi fc Izolo uthe uZwane kungenzeka ahlale izinyanga ezimbili kodwa ucele odokotela beqembu benze imizamo yokuthi asheshe alulame UZwane nayizolo ubengekho ngenkathi iqembu libhekene neMagesi Fc.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *