Ukwehlulwa kathathu kulandelana kubukeka sekefake ikusasa lika Cedric Kaze engcupheni enkulu kwiSekhukhune United
Imibiko yakamuva iveza ukuthi abaphathi sebecabanga ukuthi kiqedwe ubudlelwano nalomqeqeshi waseBurundi.
Ukaze ujoyine leli qembu ngaphambi kokuqala kwesizini .esukq kwiakaizer Chiefs .
KuMakhosi ubengumqeqeshi obambisene noBen Youssef futhi basiza leli qembu laqeda endaweni yesithathu
Uqale kahle emsebenzini wakhe omusha wanqoba imidlalo emibili yeligi
Uphinde wasiza iqembu lafinyelela esigabeni esilandelayo seMTN8 ngemuva kokushaya Amazulu fc
Kodwa izinto seziguqikile .iqembu selilahlekelwe imidlalo emibili yeligi.
Liphinde lahlulwa kabili yi-Orlando Pirates kwiMTN8
Lokhu kubukeka sekufake uCedric.Kaze ngaphansi kwengcindezi enkulu kubaphathi beSikhukhune United.
Abaphathi beqembu kubikwa ukuthi sebecabanga ngekusasa lakhe
Kungenzeka kube noguquko ebhentshini uma imiphumela ingashintshi.
