Emva kokuqala ngegiya eliphansi kweRichards bay ingcindezi ibinkulu kubaqeqeshi neqembu nje lonke emidlalweni emithathu lihlulwe kuyo yonke bekufanele noma kanjani ibuyise izinduku ukuqalisa ngo mhango kulisize kakhulu iqembu ngoba negoli eliwinise iBay livalelwe uyena emizuzwini yokugcine sekuzoyiwa ekhefini kuthe ukulinika ukuphefumula iqembu lakwazulu Natal emidlalweni olandelayo lizobhekana nesiwelele ekumbeni nalo elingenzi kahle
