October 21, 2026
Betway Premiership: Stellenbosch FC v Kaizer Chiefs

CAPE TOWN, SOUTH AFRICA - AUGUST 10: Nkosingiphile Ngcobo of Kaizer Chiefs celebrates scoring a goal with team mates during the Betway Premiership match between Stellenbosch FC and Kaizer Chiefs at Athlone Stadium on August 10, 2025 in Cape Town, South Africa. (Photo by Grant Pitcher/Gallo Images)

Build Your Website in Minutes with One-Click Import – No Coding Hassle!


Iqembu elibalwa neqembu elikhulu eSoweto lilale lingandlalewe iyakhulu incindezi kucoach we orlando pirates eseshaywe emidlalweni yomibili kwibetway premiership emva kokushaywa iqembu eyaliqeqesha ngesizini edlule ucoach uqalise ngabadlali abathathu abasha eshiya izethenjwa osibisi Relo ngaphandle lokho okulikhinyabezile iqembu ezikamagebhula zilibone kuqala ipali ngegoli likaTito ibuyile imarumo yashaya elokulinganisa ngomzuzu ka 90 ishaye elokiwina imarumo ehsiye ucoach emangele emva komdlalo ukuvezile ukuphoxeka kwakhe wakhala nangabadlali ababgawuqalanga umdlalo kodwa abangezanga noguquko abafana noRelo evidence nabanye amehlo azobe ethe njo ngomqgibelo lapho ezikamagebhula kufanele ziwunqobe noma kanjani umlenze wokuqala we mtn8 abavikela vele indebe bazobhekana neMamelodi Sundowns yona ewunqobile umdlalo wayo lapho ibibhekene naMazulu ngamagoli amabili eqandeni.