Leliqembu lidlala esigabeni sesibili e Spain, iDeportive leonesa ,limemezele ukuthi selisayinise ULucas Rebeiro obengumdlali we Mamelodi Sundowns.Kuke kwabhekwanwa ngeziqu zamehlo phakathi kwe Choorkop no Lucas njengoba esenenkontileka nayo kodwa kungaba umlingo ukuthi uyoke abonakale eNingizumu Afrika Uqale wasula eqenjini noma esenenkintileka ISundowns ishaye ngonyawo phansi wabe esedlusela udaba lwakhe kwififa Tribunal. 31 August wasayina neLeonesa iSundowns neSafa yaphikisana nesinqumo yangayikhipha ITC kwathi ngomhlaka 11 September ICosta ne Leonesa yacela ITC kwififa kwathi ngomhlaka 12 ififa yayikhipha iTC kwathi ngomhlaka 12 wethulwa eqenjini lakhe elisha.
uLucas obeyi footbal of the year ngesizini edlule wavalelisa ngokusemthethweni kubalandeli be Sundowns .ngokwemibiko uRebeiro usayine mahala iminyaka emibili okungaziwa ke ukuthi kuzokwenzekanjani ngenkontileka abenayo ne Sundowns .iSundowns izikwamukela iMagesi fc ngesonto emdlalweni weBetway premiership eLucas Moripe Stadium ngo 3 ntambam
